Uthando Luyinselelo (IsiZulu Home Language Grade 8: Novel) ePDF (perpetual licence)

Dube, H

PDF

Le ncwadi ikhuluma ngowesifazana owathola izinkinga emsebenzini engalindelanga. Wayekade esebenza njengonobhala ongakabinawo amava kodwa wazibona esebhekene nomsebenzi omkhulu awawunikwa ngumphathi wakhe wokubhekana nezivakashi ezazibuya eMelika.

Wawenza kahle lo msebenzi. Wayekade esebenza nabantu ababezimisele ukuwenza ube nzima umsebenzi wakhe. Waphumelela kuzo zonke izinto ayezenza ngokuzimisela okukhulu. Inkinga yakhe yayiwukuthi wayemthanda umphathi wakhe kodwa engasithandi isimilo sakhe ngoba wayengumuntu ongabonakali ukuthi umqondo wakhe usebenza kanjani. Ekugcineni lo wesifazane washada nomphathi wakhe yaze nenkampani yasebenzisana nenkampani yaseMelika.

This eBook is in ePDF format, which enables you to:

  • View the entire book offline on desktop or tablet;
  • Search for and highlight text; and
  • Add and edit personal notes directly in your eBook.

Unavailable
9780636161351
3.97 mb
isiZulu
2014-10-31
Maskew-Miller Learning
1
5
Unauthorised downloading, copying, distribution or exploitation of this content is an infringement of intellectual property rights and may be a criminal offence. Your purchase and download of this content is for your personal use, and you agree not to modify, copy, or share it with any other person.